Amaqola Boxing & fittness club

Amaqola Boxing & fittness club Umthente uhlaba usamila Inkunzi isematholeni!!

Coach Black Mamba πŸ•ŠοΈπŸ•ŠοΈ
29/05/2025

Coach Black Mamba πŸ•ŠοΈπŸ•ŠοΈ

11/01/2025

This fight reminds me u Cebolebonkosi Xulu.

Ahh lentwana!!πŸ₯ŠπŸ’₯
11/01/2025

Ahh lentwana!!πŸ₯ŠπŸ’₯

11/01/2025

Iphutha elikhulu!

11/01/2025

TWO WEEKS OUT πŸ‘Ή

πŸ€”πŸ€”πŸ€”Ijampile manje AJ.
26/09/2024

πŸ€”πŸ€”πŸ€”Ijampile manje AJ.

Daniel Dubois scored a sensational knockout victory over Anthony Joshua at Wembley Stadium to retain his IBF heavyweight title.

25/09/2024
29/10/2023

🀭😳

πŸ₯ŠπŸ’₯πŸ₯Š
29/10/2023

πŸ₯ŠπŸ’₯πŸ₯Š

πŸ₯ŠπŸ₯ŠπŸ₯ŠπŸ₯Š
05/04/2022

πŸ₯ŠπŸ₯ŠπŸ₯ŠπŸ₯Š

Nalo-ke iqola inyoni encane edume ngonya nangesibindi esiyisimanga. Lolu hlobo lwenyoni lubizwa ngokuthi ' yiqola' .Luncane nje alulukhulu kangako ngokwakheka . Lenyoni idume ngokwengasabi kwayo izinyoni ezinkulu kunayo ezifana noklebe ,amawabayi nezinye. Le nyoni uma ithe yabona inyoni enkulu engangoklebe iphethe itshelwe noma inyama nje iyayihubha ilwe nayo kuze kube sezingeni lokuthi leyo nyoni enkulu iwisa leyo nyama esuke iyiphethe . Bese-ke uma isiyiwisile iqola bese liyazicoshela .Iqola alithandi inyama esemanzi. Inyoni iqola lidla noma ngithi lithanda kakhulu inyama esithe ukoma kancane . Uma leyo nyama esuke iyiphange ezinye izinyoni isemanzi iqola liyaye liye nayo emeveni noma othini lifike liyichome khona bese liyiyeka lapho ize yome. Uma seyomile-ke kube yima liyidla . Leli gama elithi 'qola' le nyoni yalithola ngakho ukuqola noma ngithi ukwephanga ezinye izinyoni inyama yazo.

Le nyoni iqola ibuye idume ngonya ezinyonini ezincane kunayo ezifana nongcede ,ocilo nezinye. Uma izibona iyazijaha ize ibambe enye yazo iyibulale. Kuyothi-ke uma isiyibulele iyichome futhi othini bese iyiyeka lapho ize yome .Izobe ilokhu iya lapho esuke ichome khona leyo nyoni yayo iyobheka ukuthi ngabe ayikomi yini. Kwezinye izikhathi iqola liyalibala ukuthi konje labeka inyoni othini. Izohlala lapho-ke othini leyo nyoni yome ize iwe yodwa,selikhohliwe iqola. Iqola libuye lidle nemadiye ,amaqhwagi nokunye . Nawo liyachoma othini aze ome , aliwadli esemanzi

# Khumu!

Address

P 230
Umlalazi

Telephone

+27659869966

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Amaqola Boxing & fittness club posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share