Amashazi amahle #GNP

Amashazi amahle #GNP maskandi group u can order CDs/DVD also umfaniswano thanks

Nina benkashana kamenzi eyaphuza umlaza kamevana ngithi angithathelelithuba kulowo naloyo usadlala umculo (kaMahlobo isg...
21/11/2025

Nina benkashana kamenzi eyaphuza umlaza kamevana ngithi angithathelelithuba kulowo naloyo usadlala umculo (kaMahlobo isgqila socansi) ngibonge isandla send Lula ikhand ngicele futhi ukuba niqhubeke nokudlala umculo wethu online iningi liyangidida lisasele ngapha kubheka amahle bafwe2 ngicela niseshe u isgqila socansi. Nizozithola izingoma ezintsha sha nizidlale imperative nibuye nizosho ukuthi nifike kunjani online ngibonge ithuba nibe nosuku olufana nezinhliziyo zenu


Mahlobo SA

Sicelela uMahlobo uthando singamashazi amahle

Sportify ngane zomah konakele laphana phuthoma njengamanje ufike laphana ubhale (Mahlobo isgqila socansi) zizovela zow4 ...
24/10/2025

Sportify

ngane zomah konakele laphana phuthoma njengamanje ufike laphana ubhale (Mahlobo isgqila socansi) zizovela zow4 ngicela niziphindaphinde kubulawa uFandam laphana🔥🔥🔥 asiphuthume khona

socansi

enhla nasezansi ngyabingelela nasi isgqila socansi bafwe2 ngicela singene ePageni lethu uMahlobo siyokwandisa uthando la...
17/10/2025

enhla nasezansi ngyabingelela nasi isgqila socansi bafwe2 ngicela singene ePageni lethu uMahlobo siyokwandisa uthando lapha ..amen

14/10/2025

nina benkashana ka menzi eyaphuza umlaza ka mevana umfana wenu uMahlobo lo..i cover yethu izophuma mhlaka17 iFront iyobe isitholakala ngena laphana kuMahlobo SA 4mo info..
Mahlobo SA

09/09/2025

nina benkashana ka menzi eyaphuza umlaza ka mevana umfana wenu uMahlobo ngithi nje anginikhumbuze ukuthi okuninge sesikwethula ekhasini lethu SA ngemininingwano ngena kwiLink ekuma comment uzizwele amazwibela eEP ezayo🔥🔥🔥 ithemba lami likini bafwe2🙏🙏🙏

05/05/2025

uMahlobo umfana wenu ngyakhuleka📍

22/11/2024

ngane zakwethu ifront Cover ngyayidedela ngo6 namhlanje kodwa ePageni SA

Isihloko seEP sithi - ISKHOVA NOMGODO

Lindela i cover ngo6

uMfana wenu uMahlobo ngyeza kusasa nama update okuphuma kwe EP yaMahlobo bafwe2 ngicela siyokwandisa amaLikes laphana eP...
21/11/2024

uMfana wenu uMahlobo ngyeza kusasa nama update okuphuma kwe EP yaMahlobo bafwe2 ngicela siyokwandisa amaLikes laphana ePageni " SA" aike engomeni ovele ukhohlwe

08/08/2024

Banewethu i song into oyozuyilahle khona kwaPhikeshilo kodwake kukini ukuthi nifuni ngiyidedeleni ngoba konke sekufeziwe kulele kini asikhuphule amaLIKES laphana kwiPage SA nanka amazwibibela
SA
LOADING

Laphaka siseStudio ne...KHUMBEBOMVUBALUNGILE NSELENgicela siyeni ngobuningi bethu kuleliya PAGE🙏
07/08/2024

Laphaka siseStudio ne...
KHUMBEBOMVU
BALUNGILE NSELE
Ngicela siyeni ngobuningi bethu kuleliya PAGE🙏

Sawbona Ngicela wamukele nalushintsho EP loading kunoshintsho kulokhu nginiphethe iqembu elisha shaa ngicela nishone kul...
07/08/2024

Sawbona
Ngicela wamukele nalushintsho EP loading kunoshintsho kulokhu nginiphethe iqembu elisha shaa ngicela nishone kulo ushiye isithupha(Like) okuningi sengonendlulisele kukho🙏🙏🙏 uzobhala uthi Mahlobo SA uzobese uyangitholake ngibonge ithuba🙏🙏

Am on my way nokudla kwendlebe okwamanje anibe nibamba lapha angifuni abantu belambe🤨
13/06/2024

Am on my way nokudla kwendlebe okwamanje anibe nibamba lapha angifuni abantu belambe🤨

Address

Soweto

Telephone

0769325136

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Amashazi amahle #GNP posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share