Tiz Tiz Tournament

Tiz Tiz Tournament Tiz Tiz Soccer Tournament 🏟️ sikhulisa ithalente lentsha yakithi 🙌🏿⚽️ 0721830649 calls and WhatsApp ⚽️❤️

12/12/2024

“coach yeka ukuset line up nabanye abadlali uyasxabanisa”😭😂⚽️

12/12/2024

NGO 15:00 sıza ne poll ka Game 3 sorry vs White city 🔥😅⚽️

11/12/2024

Guys be patient ikhathi zamateam kuthi adlala kanjani kuyeza 🤞🙏🏻⚽️

11/12/2024

IMTHETHO YE TIZ TIZ SOCCER TOURNAMENT .

1.Kuzodlala ama qembu awu 24 kuphela kulomqhudelwano.

2.akuyona point system, ongawinanga uyaphuma kwi tournament.

3.Imdlalo iqala ngo 7 ekuseni.

4.Umdlalo ngamunye uzothatha ihora elilodwa (30 min first half and 30 min second half)
ukuphumula kwamaqembu kuzothatha imzumzu eyisihlanu (5).

5.Sicela uhlu lwabadlali ngaphambi kokuba umdlalo uqale lufike ungakapheli umdlalo ozobe
udlala ngalesoskhathi.

6.Sicela uhlu lwabadlali amazokhahlela amaphenathi makuphela umdlalo bebe isikhombisa.

7.Kwaphela imzumzu embili kungekho oyokhahlela iphenathi leyo phenathi ithathwa ngokuthi
uyigejile.

8.iqembu elidonswe mumva yilona elilindeleke ukuthi lish*tshe ijezi uma efana.

9.isinqumo sika nompempe siwujuqu.

10.Makwenzeka abadlali noma iqembu lilwa nonompempe lelo qembu liyaphuma
kumqhudelwano.

11.amakhadi (elibomvu neliphuzi) azosebenza, uma umdlali ethole elibomvu ngeke ayidlale
game landelayo.

12.Iqembu ngalinye kulindeleke ukuba liqale umdlalo ngabadlali abayiskhombisa kuyaphezulu.

13.Iqembu elingafikanga ngesikhathi lizobhekana nalenkinga:
a). Uma kushaya iskhathi sokuqala komdlalo iqembu eliphakathi enkundleni lilindeleke ukuba
liqale ngemvume ka nompempe.
b).Iqembu elizofika sekuphele imzumzu eyishumi(10) lizobe selilidwa ngegoli elilodwa uma
kuphela imzumzu eyishumi nanhlanu(15) lingekho uyaphela umdlalo.

14.Makuphela imzumzu eyishumi nanhlanu amaqembu omabili engafikanga uyaphela umdlalo.

Address

Sgodiphola
Nongoma
3950

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Tiz Tiz Tournament posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Tiz Tiz Tournament:

Shortcuts

Share

Category