Bothas Pass Horse Racing.

Bothas Pass Horse Racing. Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Bothas Pass Horse Racing., Sport & recreation, D91 Botha's Pass Newcastle, Newcastle.

26/06/2026

Ukuze ithuthuke indawo yangakithi, sonke sivotela umfoka Nkosi kulonyaka.
Innocent Nkosi for Ward 01 Councillor.

22/02/2026

With Amangwane Film Productions – I'm on a streak! I've been a top fan for 7 months in a row. πŸŽ‰

22/02/2026

🐴🐴🐴

🐎🐎🐎

Sekunjalo Sizwe sakithi, ngomhlaka 28 December kuzobe kunomdlalo omkhulu wokuvala unyaka. Sicela uphelele wonke umphakat...
09/12/2025

Sekunjalo Sizwe sakithi, ngomhlaka 28 December kuzobe kunomdlalo omkhulu wokuvala unyaka. Sicela uphelele wonke umphakathi wakithi kanye namaphethelo.
Siyabonga.

Kuzofika u December lomjaho usukwelinye izinga, siyabonga kakhulu i support yenu bantu bakithi.
14/04/2025

Kuzofika u December lomjaho usukwelinye izinga, siyabonga kakhulu i support yenu bantu bakithi.

07/04/2025

Mphakathi wakithi siyabingelela.
Kulokhu umjaho kubekhona i delay ngenxa yezimvula eziphazamisile, kodwa ngesonto mhlaka 13 April umjaho uzoqhubeka njengenjwayelo e Bothas Pass.
Siyabonga.

20/03/2025

Mphakathi wakithi siyabingelela.
Umdlalo awusezukuba eNgogo ngomhlaka 06 April. Imbangela yalokho ukuthi kuqhume iziyalo eziningi enkundleni, zibangwa imvula. Sizobika maduzane ukuthi umdlalo olandelayo uzoba kuphi.
Siyabonga kakhulu.

10/03/2025

Mphakathi wakithi.
Siyabonga kakhulu uxhaso lwenu nothando enilukhombisayo kubantu bakithi abagijimisayo. Sicela ukudlulisa ukuthi umjaho olandelayo uzobe useNgogo, ngomhlaka 06 April. Inkundla iseduze ne Police Station khona eNgogo, siyabonga kakhulu.

08/03/2025

Sekunjalooooo....
Akufiki ngisho ubuthongo.

03/03/2025

Few days to go, kulokhu yonke imithetho izobekwa before kuqala umjaho. Ngaleyondlela akekho ozokhala ngokuthi ubanjwe ngophondo.

Address

D91 Botha's Pass Newcastle
Newcastle

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Bothas Pass Horse Racing. posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share