10/09/2026
Bazali.
Sicela ukunazisa ukuthi abantwana ababecele izitifiketi ngoba bethi baya kumaculture kdala betshelwa ukuthi bazlande kuthisha ngoba kdala yaqedwa ifiling eyayenziwa ngazo kodwa abazilandi. Kwaze kwamenyezelwa naku-assembly kodwa abazlandi.
Sicela abazali nabo babagqugquzele bazlande.
Syabonga.