Masilekelele Sport and Recreation Centre

Masilekelele Sport and Recreation Centre Health and Safety in our community though sports and recreation

11/12/2025
22/10/2025
20/09/2025

Shout out to my newest followers! Excited to have you onboard! Nhlaka Maphumulo, Buhle Mpungose, Sihle KaMafakude Gwala, Mduduzi Mdz Mayise, Ayanda Page, Zanele Kamamchunu Qwabe, Lupie Zungu, Lindani Lungelo Gwala, Zanele Zah Myeza, Maboy Mdakane, Senzo Mahaye, Lethiwe Ncube, Bhututu Mtubatuba

08/09/2025

Sanibona balandeli be page lethu, hop nonke niyaphila emva kwesikhathi eside sagcinana,,

i Masilekelele isekhona for ukulekelela abantwana abathanda nabazimisele ukuzikhulisa kwezemidlalo.

Sinezinhlelo eziningi esinazo nenizozithokozela kusuka manje kuya ngasekupheleni konyaka ne sithemba ukuthi zizobamba iqhaza elikhulu ekuthuthukiseni ezemidlalo endaweni yethu namaphethelo

Bese kuthi ngasekuqaleni konyaka ozayo size nezinye ezizoqhubeka uze ube sekupheleni nakweminye elandelayo.

Uma onke amalungiselelo alezinhlelo sesiwaphothulile siyobe sesiyanazisa in details.

Contacts
Ms Nomcebo Dumisa( Chair)
083 3537276
Mrs Nonhlanhla Mpungose( Treasure)
076 921 9797
Mr Mbhabhadis Khuzwayo(Secretary)
081 384 6520

🙏God Bless South Africa🙏

Kuthiwa "INKUNZI ISEMATHOLENI".Thnx to Wandile Nxumalo n Mshibe Mpungose ngokwenza isqiniseko sokuthi mhla kufika iskhat...
11/03/2023

Kuthiwa "INKUNZI ISEMATHOLENI".

Thnx to Wandile Nxumalo n Mshibe Mpungose ngokwenza isqiniseko sokuthi mhla kufika iskhathi sezimpi lamasosha ebe esekulungele ukuyibamba ishisa.

Today's training session was of the best to sharpen the skill of this young stars.

Hop we'll keep on doing it until they get it right.

Address

Road P230
Eshowe

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Masilekelele Sport and Recreation Centre posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share