22/06/2023
Dear Mama✍️🥺
Angiqondil' ukukubangela Izinyembezi
nosizi Koda le incwadi,
Yokubonga konke okuhle
Ongenzele khona🥺, angiqondile ukukubonga
Ngezinyembezi Nami
Nginethemba lokuthi
Mhlampe ukuhamba kwami
Ngeny' imini kolunga
Konke😭🤞,
Ngiphinde ngivalelise, wena
Ungazikhathaz' ukuthi
Sengihambe ungangivalelisanga🥺,
Ayi Ngoba ngihluleka Koda
Ngiyabon' iminyaka isihambile,
Lokhu sacula Lona Lelo c**o
Losizi nezinyembezi🥺,
Mongasekho thiwa uyidlozi
Uyakhothanyelwa Koda mina
Ngifun' ukukukhanyisela
Ngibe idlozi elihle kuwe,
Mama kuningi okuhle
Ongenzele khona emhlabeni
Nami ngizamile ngihlulekile
Ukwenza imizamo yokubonga,
Ncono ngenze imizamo yokugcina hlampe yiyo
indlela yokujabula le Unkulunkulu ayekuhlelele
Yona 😭,
Makungalungi Nala ngiyakhona
Sengobuya ngephupho,
Ngisho ukuthi mama
sasidalelwe yona inhlupheko
Nobuhlungu kuze kube
sekupheleni kwemihla🥺,
Angiqondile ukukuzwisa
Lobuhlungu Koda Nami
Ngizwa ngathi inkosi isivumile,
😭konke sekulotshiwe
Uze ungakhathazeki
Okwenzakalayo kuyafana
Nokudaliwe Koda mina ngokomoya
Ngizobe nginawe
Ngiyi sibani esikhanya
Ubusuku nemini,
Sala kahle Mama imina
Indodana yakho🥺✍️