21/02/2023
ARE YOU READY..!!!!
(FEATURED ATHLETE)
Omunye wabasubathi beqembu elizibiza Ndlovuzulu Athletics. usephonsele inselelo kwabanye abasubathi..
Lomsubathi esikhulumangaye ubizwa "Skopion King" kanti kwezokusubatha usayivukana kepha khona esayivukana uthi ngeke ahluleke ukuba inxenye yalomjaho wakulinyaka (St Faiths Marathon) ezoba ngomhlaka 16 JUNE 2023 egrawondini laseSt Faiths..
📎👇👇https://www.instagram.com/reel/Co7xgHmIOT0/?igshid=YmMyMTA2M2Y=
Nanoma ubani angasithumelela ivedio yakhe lapho ezilolonga okanye usebenzise ihash teg okanye email [email protected]