Lindokuhle Ngcobo

Lindokuhle Ngcobo Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Lindokuhle Ngcobo, ethafeni, Stanger.

πŸ’™πŸ€TACT, umzalwane omncanyana endlini yenkosi

Umzalwane othandiweyo Inkosi uJesu KrestuπŸ‘‘πŸ™πŸΌ uNkulunkulu wamvusa uJesu kwabafileyo ukuba ilowo nalowo okholwa nguye abe nokuphila okuphakade amen πŸ™πŸΌ

05/09/2026

πŸ‘ UKUBA IMVU KA JESU

UJesu usifundisa ukuthi izimvu zakhe ziyalizwa izwi lakhe, uyazazi, futhi ziyamlandela (Johane 10:27–28). Ukuba yimvu kaJesu akusikho ukumazi ngegama kuphela, kodwa ukumlandela nokuhlala kuye.

UJesu uthi: β€œMina ngingumvini, nina ningamagatsha” (Johane 15:5–6). Igatsha elihlala emvinini liyaphila futhi lithela izithelo, kodwa elingahlali kuye liyabuna bese liphonswa emlilweni.

Ngosuku lokwahlulela, uJesu uyokwehlukanisa izimvu nezimbuzi (Mathewu 25:31–33). Izimvu ziyokwamukela ifa loMbuso (25:34), kodwa abangalaleli bayobhekana nokwahlulela (25:41, 46).

Ngakho-ke: Yizwa izwi likaJesu, mlandele, uhlale kuye, uthele izithelo, ungaphambuki kuye. Ngoba uJesu unikeza izimvu zakhe ukuphila okuphakade. βœοΈπŸ‘

28/08/2026
Ngonyama ka Juda nguye namhlanje nguye naphakade ungu Alpha and omega πŸ€πŸ’™
28/08/2026

Ngonyama ka Juda nguye namhlanje nguye naphakade ungu Alpha and omega πŸ€πŸ’™

πŸ’™πŸ€πŸ«±πŸ»β€πŸ«²πŸ½ Ngonyama ka Juda ungibone kanjani ngihleli ezweni
27/08/2026

πŸ’™πŸ€πŸ«±πŸ»β€πŸ«²πŸ½ Ngonyama ka Juda ungibone kanjani ngihleli ezweni

Ngikhonza ingonyama engu Krestu evusa abantu ibanike ukuphila πŸ€πŸ’™
25/08/2026

Ngikhonza ingonyama engu Krestu evusa abantu ibanike ukuphila πŸ€πŸ’™

Address

Ethafeni
Stanger

Telephone

+27674564499

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Lindokuhle Ngcobo posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Lindokuhle Ngcobo:

Shortcuts

Share