SBZ Club

SBZ Club SBZ club contribute with soccer and netball ��

05/03/2026
🎉 Siyanihalalisela bafundi beMatric ka-2025! 🎉SBZ Club iyaziqhenya kakhulu ngani ngomsebenzi onzima, ukuzimisela nokubek...
13/01/2026

🎉 Siyanihalalisela bafundi beMatric ka-2025! 🎉
SBZ Club iyaziqhenya kakhulu ngani ngomsebenzi onzima, ukuzimisela nokubekezela enikukhombisile. Ukuphumelela kwenu kuwubufakazi bokuthi uma usebenza kanzima, amaphupho ayafezeka. Qhubekani nokulwela ikusasa eliqhakazile – lokhu kuyisiqalo nje. 👏⭐

Kulabo abangaphumelelanga kulo mzamo:
Ningapheli amandla. Ukungaphumeleli akusho ukuphela kwendlela, kusho ukuthi kusekhona elinye ithuba. Ningalahli ithemba, qhubekani nizame futhi, nifunde emaphutheni enu. SBZ Club isemi nani futhi iyakholelwa ukuthi nisenamandla okuphumelela. 💪🌱

Happy new SBZ family ❤️💪🏿Ungasenzani mase sikanje 😅⚽️
04/01/2026

Happy new SBZ family ❤️💪🏿

Ungasenzani mase sikanje 😅⚽️

Abafana bangezansi insizwa zingenhla kuqondene umaqondana 💀🧡💪🏿Usufikile umhlawuphela let’s wish our ladies and gentlemen...
25/12/2025

Abafana bangezansi insizwa zingenhla kuqondene umaqondana 💀🧡💪🏿

Usufikile umhlawuphela let’s wish our ladies and gentlemen a perfect game siyihambe Kanye nabo lendlela 🧡🧡 all the best SBZ niyomela u Majozi lapho 🧡💪🏿

SBZ 🧡⚽✊🏿Mungezi eMawele uzobe wenzani? 😁 uSibizile u Msinga Top Football Association - MTFA sasabela 🗣️🗣️ Gentleman and ...
24/12/2025

SBZ 🧡⚽✊🏿

Mungezi eMawele uzobe wenzani? 😁 uSibizile u Msinga Top Football Association - MTFA sasabela 🗣️🗣️

Gentleman and ladies we ask for your support tomorrow please share and follow 😊🧡🧡🧡

Akube u group B lapho 🧡💀
20/12/2025

Akube u group B lapho 🧡💀

Let’s congratulate our ladies for winning New kit 🥈🏀🎽🧡
17/12/2025

Let’s congratulate our ladies for winning New kit 🥈🏀🎽🧡

Address

Msinga Top
Msinga
3010

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when SBZ Club posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category