Ubuhle Benhlonga fans page - The champions

Ubuhle Benhlonga fans page - The champions UBuhle beNhlonga iqembu lengoma laseMabomvini elidlala ushameni elizinze eNhlonga is'godi,igoso uShokwakhe"Libomvu ibhunu"Mzolo

kukhala udabuluzwane uma sesidlala asinayo emlonyeni thina ingoma. uma sesifikile kujabula intombi yakho kuze kuyojabula ngisho unyoko okuzalayo ngoba siyazimisela uma sidlala ngoba sidlalela abantu

13/08/2025
13/08/2025

π™½πš˜πš—πšπš πšŽπšŸπšŠπš—πšŽ
π™½πš’πš’πšŠπš™πš‘πš’πš•πšŠ?

25/06/2025

π™½πš’πš’πšŠπš™πš‘πš’πš•πšŠ πš‹πšŠπšπš‘πšŠπš—πšπš’ πš‹πš˜π™±πšžπš‘πš•πšŽ πš‹πšŽπ™½πš‘πš•πš˜πš—πšπšŠ?

14/12/2024

Abantu bayazibuza ukuthi kaze iNhlonga(UBUHLE BENHLONGA) izabe iza nabuphi ubuhle kulonyaka

Esingakushoje ukt ungezwa ngabantu zifikele wena bathupha kaNdaya nge 25/12 uzibonele okuhle kodwa ukusha futhi

18/10/2024

Shout out to my newest followers! Excited to have you onboard! Nkosinathi Radebe, Kwazi Kwazi

26/07/2024

Thanks for being a top engager and making it on to my weekly engagement list! Qiniso Dlamini Latha, Thapelo Chonco, Zamani Lenkani

16/04/2024

Sanibonani!!!
Sicela nitshele abangani banu,betshele abangani babo ukt ba follow leli page loBuhle beNhlonga,ngoba kusuka manje kuyaphambili ayi bantu ngiyayesaba into ezabe niyibona la

Usuku no suku kuzabe kungolwama surprises!!

Ningakhohlwa Nani uki share leli page!!

Siyabonga!!

27/02/2024

Isimemezelo esiphuthumayo esiqondene nje ngqoooo nomhlali waseNhlonga oseGoli
Niyacelwa nonke ukuthi nophumele kwi opening party ezobe ise BG ku Claim no Smith ngomhlaka 10 March 2024 ngo 12:00 isikhathi emini
Bhungu
Baba
Ndoda
Nsizwa
Ntombi
Sicela nitshelane nonke kuyoba intokozo enkulu ukuphumelela kwenu
For.more info
Shokwakhe Mzolo (0829670122)
Mlungisi Ngubane (0829377648)
Nene Ngubane (0724184251)

Address

P 17
Msinga
NHLONGAAREA

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Ubuhle Benhlonga fans page - The champions posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share

Category