07/08/2025
But abanye benziwa omama beyingane ukuba nobudlelwano nengane yakho Kubalulekile kakhulu kodwa futhi kuncono uzithulele kunobaba abaziyo kuthi uma bengaqa bekhulume ngengane zabo komabeyingane kumele bekulindele ukuphuka umoya and bethule ngoba bancenge ukuxhumana neyingane zabo kufana nokudla ukudla okuphelezelwa ngamagama ayibe isabonakala imizamo yakho kuncono khona uthule ulinde isiphetho
•Yazi lento eyenziwa ubaba u Mgube iyagqugquzela kuthina zinsizwa ezisenzintsha 🫡.
•Ngendlela u Mgube athanda ngayo izingane zakhe. Ngendlela avuleleke ngakhona ezinganeni zakhe🥹.
Yey abanye obaba abawontanga no Mgube abangeneki ingane ifela ngaphakathi nenkinga isaba ukukhuluma 💔.
•Yebo makukhuliswa ingane kudingeka Imali kodwa asemqoka ama memories. Obaba abafana no Mgube they are creating memories with their kids ❤️.
•Labobaba bakwenza uzisole ngokulahla igazi lakho, ubone uphuthelwa lukhulu ngokulahla umntwana wakho 🚫.
•Syabonga kobaba abafana no Mgube bayaligeza igama lamadoda elisedakeni skhuluma nje ngenxa yedlanzana lobaba abasabe ubudoda bakhetha ukuba abafana.
Up baba umgube up.